There are 4 main translations of -thi in isiZulu

: -thi1-thi2-thi3-thi4

-thi1

Verb

  1. Examples

    • Wabuye waqhubeka wathi: "Nawe-ke unguthisha?"

      She continued again by saying: "Are you also a teacher?"

    • Bathi bathanda ukucula

      They said they like to sing

    • Le ntombazane ithi ifuna ukukhuluma nesoka layo ubuso nobuso

      This girl says that she wants to talk to her boyfriend face to face

  2. Examples

    • Bengithi unguyena uGumede umyeni kaBonisile

      I thought that it was you, Gumede, who is the husband of Bonisile

There are 4 main translations of -thi in isiZulu

: -thi1-thi2-thi3-thi4

-thi2

Conjunction

  1. Examples

    • Wathi lapho esephandle uNozwengaye wamemeza uMaMthethwa

      When Nozwengaye was already outside, he called out to MaMthethwa

    • Uthe nje lapho esathi uyasivula isikhwama leso, sasihlwithwa

      While she was busy opening her purse, it was snatched

There are 4 main translations of -thi in isiZulu

: -thi1-thi2-thi3-thi4

-thi3

Verb

  1. Examples

    • Wathi nhla ewashini lakhe wathola ukuthi sekuyimizuzu engamashumi amathathu kubuyelwe emsebenzini

      When he glanced at his watch, he found that it was now thirty minutes before he had to return to work

    • Kukhanya kuthi bha

      It is absolutely clear

There are 4 main translations of -thi in isiZulu

: -thi1-thi2-thi3-thi4

-thi4

Verb

  1. Examples

    • Wathi ukuphaphama wathola ukuthi indoda yakhe imatasatasa

      She started waking up and found her husband busy

    • Athi ukuthula, abuye aqhube

      Then he remained silent for a while, and continued again

Powered by Oxford