Translation of -khala in English

-khala

Verb

  1. Examples

    • Ukhale izinyembezi emva kokuzwa izindaba ezibuhlungu zokushona komngane wakhe

      She cried after hearing the sad news about the passing away of her friend

  2. Examples

    • Bakhala ngokuhlukunyezwa amaphoyisa abadayisi basemgwaqweni

      The hawkers complained of being abused by the police

  3. Examples

    • Phuthuma uthelefoni uyakhala!

      Hurry up, the telephone is ringing!

    • Babethi uma kukhala le nyoni okuthiwa ngubantwanyana, usuke ethi ...

      They used to say that when this bird, known as the emerald cuckoo, sings, it says ...

Powered by Oxford