Translation of [VERB with applicative -el- +] phezulu in English

[VERB with applicative -el- +] phezulu

Idiomatic

  1. Examples

    • Ahambele phezulu eseyongena ekamelweni lakhe

      She quickly went and entered her room

    • Aphefumulele phezulu uThandi sengathi usefuna ukukhala

      And then Thandi breathed heavily as if she wanted to cry

    • Akhulumele phezulu ezithethisa ngokwephuza kwazo ukubuya asho nokuthi zedelela inkosi

      And then he spoke loudly, scolding them because of their late arrival

Powered by Oxford