Translation of try in isiZulu

try

-zama

verbtries, trying, tried

  • 1

    -zama
    ‘Please try to finish the work before the end of the day’ Ngicela uzame ukuqeda umsebenzi ngaphambi kokuphela kosuku.
    ‘I tried talking to her, but she didn't want to listen’ Ngizamile ukukhuluma naye, kodwa akathandanga ukulalela.
  • 2

    -thetha
    -qula
    ‘She will be tried in court for the murder of her husband’ Enkantolo kuzothethwa icala lokubulala umkhwenyana wakhe.

nounPlural tries

  • 1

    umzamo
    ‘Louise got her driver's licence after the third try’ U-Louise uthole izincwadi zakhe zokushayela emuva komzamo wesithathu.
  • 2

    itrayi
    ‘The wing ran 50 m to score a try under the posts’ Iwingi ligijime amamitha angama-50 layokola itrayi phansi kwamapali.