Translation of time in isiZulu

time

isikhathi

nounPlural times

  • 1

    isikhathi
    ‘The time is now exactly 12 o'clock’ Isikhathi manje ihora leshumi nambili nqo ezimpondweni.
    ‘At this time of the year you see a lot of runners and cyclists on the road’ Ngalesi sikhathi sonyaka ubona abagijimi nabagibelimabhayisikili abaningi emgwaqeni.
    ‘We asked our teacher for more time to complete the project’ Sicele isikhathi esengeziwe kuthisha wethu ukuze siqede umsebenzi.
  • 2

    isihlandla
    ‘Louise was devastated when her cellphone was stolen at a club a second time’ U-Louise waphatheka kabi kakhulu ngesikhathi umakhalekhukhwini wakhe webiwa isihlandla sesibili endaweni yokuzithokozisa.
  • 3

    isikhathi
    ‘Three times four is twelve (3 x 4 = 12)’ Okuthathu ukuphindaphinda izikhathi ezine kwenza ishumi nambili (3 x 4 = 12).

verbtimes, timing, timed

  • 1

    -zikalela isikhathi
    ‘It is important to time yourself when you're writing an exam’ Kubalulekile ukuzikalela isikhathi ngokwakho uma ubhala isivivinyo.


User Contribution

time

isikhathi