Translation of test in isiZulu

test

Noun

  1. Examples

    • He spent the night studying for the test he was to write the next day at school

      Uchithe ubusuku bonke efundela isivivinyo abezosibhala ngelanga elilandelayo esikoleni

    • If you're struggling to see distant or close objects, you need to go for an eye test

      Uma uzabalaza ukubona izinto ezikude noma eziseduzane, kufanele uhambe uyohlola amehlo

Verb

  1. Examples

    • The exam will test both your knowledge and your ability to write

      Isivivinyo sokuphela konyaka sizohlola ulwazi lwakho nokwazi ukubhala kwakho

    • The athlete tested positive for banned drugs

      Umsubathi uhlolwe kwatholakala ukuthi usebenzise izidakamizwa ezingavumelekile

Powered by Oxford