Translation of take in isiZulu

take

Verb

  1. Examples

    • Who took the last piece of cake?

      Ubani othathe ucezu lokugcina lwekhekhe?

    • The doctor will take your blood pressure as part of the check-up

      Udokotela uzothatha umfutho wegazi lakho njengengxenye yokukuhlola

    • We took photos at the memorial site

      Sithwebule izithombe endaweni yesikhumbuzo

  2. Examples

    • Take Route 62 to Barrydale

      Thatha indlela 62 eya e-Barrydale

  3. Examples

    • It's a reputable company; if they offer you a job, take it!

      Yinkampani enegama elihle; uma bekunikeza umsebenzi, uthathe!

  4. Examples

    • Take two aspirin with a glass of water

      Gwinya ama-asipirini amabili ngengilazi yamanzi

  5. Examples

    • Suné wants to take a business management degree

      U-Suné ufuna ukwenza iziqu zokuphathwa kwebhizinisi

  6. Examples

    • It takes just over an hour to get to work by train

      Kuthatha ngaphezudlwana nje kwehora ukufika emsebenzini ngesitimela

Powered by Oxford