Translation of stereotype in isiZulu

stereotype

inkoleloze

nounPlural stereotypes

sociology Linguistics

  • 1

    inkoleloze
    ‘The stereotype people have of a doctor is one of a man in a white jacket’ Inkoleloze abantu abanayo ngodokotela ukuthi umuntu ofake ijazi elimhlophe.
    • a preconceived or fixed idea about a group of people or the way people behave
    • umcabango ocatshangwe ngaphambili ngendlela abantu abathile abaphila ngayo noma abenza ngayo izinto

verbstereotypes, stereotyping, stereotyped, =

sociology Linguistics

  • 1

    -ba nenkoleloze
    ‘If you say that all women are bad drivers, then you are stereotyping women’ Uma uthi bonke abantu besifazane bashayela kabi, lokho kukhombisa ukuthi unenkoleloze ngabantu besifazane.
    • have a preconceived or fixed idea about a group of people or the way people behave
    • ukuba nomqondo othile ocatshangwe ngaphambili ngendlela abantu abathile abaphila ngayo noma abenza ngayo izinto