Translation of shoot in isiZulu

shoot

-dubula

verbshoots, shot, shooting

  • 1

    -dubula
    ‘The police shot the hijackers’ Amaphoyisa adubule abaduni
  • 2

    -ciba
    ‘Don't let the car shoot forward when you release the clutch’ Ungayeki imoto icibele phambuli uma udedela isipuni samagiya
  • 3

    -khahlela
    ‘Van Percie shoots at goal, and scores!’ U-Van Percie ukhahlelela emapalini, futhi uyakora!
  • 4

    -thwebula
    ‘The movie was shot in and around Johannesburg’ Isithombe sathwetshulwa eGoli kanye nasezindaweni eziseduze

nounPlural shoots

  • 1

    umxhantela
    ixhantela
    ihlumela
    ‘I'm glad to see the tree I transplanted is forming new shoots’ Ngiyajabula ukubona isihlahla engasitshala siqala imixhantela emisha
  • 2

    ukuthwebula
    ukuthwetshulwa
    ‘Several streets in the city were closed off for a film shoot’ Imigwaqo embalwa edolobheni ibivaliwe kuthwetshulwa ifilimu