There are 2 main translations of set in isiZulu

: set1set2

set1

-enzeka

verbsets, setting, set

  • 1

    -enzeka
    ‘The movie is set in present-day Barcelona’ Umbukiso wenzeka e-Barcelona yamanje.
  • 2

    -deka
    -hlela
    ‘We set the table for ourselves and four guests’ Sizidekele itafula kanye nezivakashi ezine.
  • 3

    -khulula
    -enza
    -beka
    ‘The school sets a mock matric before the final exams’ Isikole senza ukuhlolwa kukamatikuletsheni kokudlala ngaphambi kokuhlolwa kokugcina.
    ‘Natalie du Toit has set several swimming records’ U-Natalie du Toit wenza amarekhodi amaningana okubhukuda.
    ‘A date was set for the trial’ Usuku lokuthetha icala labekwa.
  • 4

    -lunga
    ‘You can't play before the broken bones in your hand have set’ Ngeke udlale ngaphambi kokuba amathambo aphukile esandleni sakho eselungile.
  • 5

    -shona
    ‘The Sun set in hues of orange and purple over the sea’ ILanga lishona linemibala ephuzi kanye nebunsomu phezu kolwandle.

There are 2 main translations of set in isiZulu

: set1set2

set2

isethi

nounPlural sets

  • 1

    isethi
    ‘I saw a beautiful set of carved chess pieces at the craft market’ Ngibone isethi enhle yezinhlamvu eziqoshiwe zeshesi emakethe yemisebenzi yezandla.
  • 2

    umabonakude
    ‘You can't buy a TV set without a valid licence’ Ngeke ukwazi ukuthenga umabonakude ngaphandle kwelayisense esebenzayo.