Translation of see in isiZulu

see

Verb

  1. Examples

    • When we saw the sea on the horizon, we knew we were almost home

      Ngesikhathi sibona ulwandle emkhathizwe sazile ukuthi sekusele kancane sibe sekhaya

    • She saw them through the window when they entered her yard

      Ubabone ngewindi ngesikhathi bengena ejalidini lakhe

  2. Examples

    • They just couldn't see what he meant

      Abazange bakwazi ukuqonda ukuthi ubesho ukuthini

  3. Examples

    • I had to see a physiotherapist about my sore back

      Kuye kwadingeka ukuba ngivakashele udokotela wemisipha mayelana nomhlane wami obuvuvukele

  4. Examples

    • Our host saw to it that we had a most enjoyable stay

      Umamukeli wethu waqiniseka ukuthi siyakuthokozela ukuhlala kwethu

Powered by Oxford