Noun

  1. Examples

    • The smaller teams were knocked out of the competition in the early rounds

      Amaqembu amancane akhishwa emqhudelwaneni emizuliswaneni yokuqala

Adverb

  1. Examples

    • A plate of snacks was passed round among the guests

      Ipuleti lokuhlashunwayo lajikeleziswa phakathi kwezivakashi

  2. Examples

    • We weren't in a hurry and took the long way round

      Besingajahile futhi sathatha indlela ende ethathelayo

Preposition

  1. Examples

    • She wrapped a towel round her baby after she'd bathed her

      Wagoqa ingane yakhe wayizongoloza ngethawula emva kokuyigeza

  2. Examples

    • We could hear the marching band was just round the corner

      Sasizwa ukuthi amabhendi ayemasha ngale kwekhona

Powered by Oxford