Translation of rise in isiZulu

rise

Verb

  1. Examples

    • The Sun rises in the east

      ILanga liphuma empumalanga

  2. Examples

    • The dough must rise before the bread can be baked

      Inhlama ifanele ikhukhumale ngaphambi kokubhaka isinkwa

  3. Examples

    • The cost of living is rising all the time, but people's income is not

      Izindleko zokuphila ziyakhuphuka ngaso sonke isikhathi, kodwa imiholo yabantu ayikhuphuki

  4. Examples

    • The protesters rose up against the oppressive government

      Ababhikishi bavukela uhulumeni wencindezelo

Noun

  1. Examples

    • Barack Obama's rise to the American presidency has been phenomenal

      Ukudlondlobala kuka-Barack Obama ekubeni uMongameli waseMelika kube yinto emangalisayo

  2. Examples

    • People are very worried about the rise in crime

      Abantu bakhathazekile ngokunyuka kobugebengu

Powered by Oxford