Translation of reverse in isiZulu

reverse

-hlehlisa

verbreversing, reversed, reverses

  • 1

    -hlehlisa
    ‘She reversed the car out of the parking place’ Wahlehlisa imoto wayikhipha endaweni yokupaka izimoto
  • 2

    -phendula
    -lungisa
    ‘It seems as if the effects of global warming could be reversed’ Kubukeka sengathi imithelela yokushisa komhlaba ingaphendulwa

adjective

  • 1

    -ngemuva
    -kolunye uhlangothi
    ‘Directions to the venue are printed on the reverse side of the invitation’ Imiyalelo ekhomba indlela eya endaweni yomcimbi iqoshwe ohlangothini olungemuva lwesimemo

nounPlural reverses

  • 1

    ukuhlehla
    ‘He put the car in reverse and backed out of his garage’ Wafaka imoto yakhe egiyeni lokuhlehla wabe esephumela ngaphandle kwegaraji lakhe
  • 2

    okuphambene
    ‘I'm not angry at you – quite the reverse!’ Angikuthukuthelele – okuphambene nalokhu!