There are 3 main translations of power in isiZulu

: power1Power2power3

power

Noun (plural powers)

  1. Examples

    • Venezuelans voted in elections that test their president's 10-year grip on power

      Abantu base-Venezuela bavotile okhethweni oluhlola amandla okubambelela kukaMongameli wabo iminyaka eyi-10 ephethe

    • The power of the storm uprooted trees and blew off roofs

      Amandla esiphepho asiphule imithi kwaphephuka nophahla lwezindlu

  2. Examples

    • When the electrical substation broke down, the whole neighbourhood was left without power

      Ngesikhathi isiteshi sikagesi esincane siqhuma, zonke izakhamuzi zasala zingenawo ugesi

  3. science

    Examples

    • New economical globes use only three watts of power compared to the usual lights that use 57 watts

      Amagilobhu amasha okonga ugesi asebenzisa amawadi amathathu kagesi uma eqhathaniswa nalawo ajwayelekile asebenzisa amawadi anga-57

  4. Mathematics

    Examples

    • Three to the power of two is nine (32 = 9)

      Okuthathu komphindaphindi wokubili kulingana nokuyisishiyagalolunye (32 = 9)

Noun (plural powers)

  1. Examples

    • The world's leading economies, including emerging powers such as China, agreed to stimulate economic growth

      Osomnotho abahamba phambili emhlabeni, kuhlanganisa nezikhondlakhondla ezifana ne-China, bavumile ukusimamisa ukukhula komnotho

Powered by Oxford