Translation of plot in isiZulu

plot

umgomo

nounPlural plots

  • 1

    umgomo
    ‘The plot of Welcome Msomi's Zulu epic UMabatha is based on that of Shakespeare's Macbeth’ Umgomo we-ephiki yesiZulu ka-Welcome Msomi othi: UMabatha, ususelwe emdlalweni ka-Shakespeare othi u-Macbeth.
  • 2

    isiqithi
    isiqinti
    ‘During break, 12-year-old Noncedo Masina takes her watering can and goes to work on her plot in the school vegetable garden’ Ngezikhathi zokuphumula, uNoncedo Masina oneminyaka eyi-12 uthatha iketelo lakhe lokuchelela aye kosebenza esiqithini sakhe engadini yesikole yokutshala imifino.
  • 3

    uzungu
    itulo
    ugobe
    ‘The security police uncovered a plot to overthrow the government’ Amaphoyisa ezokuvikela athole uzungu lokuketula uhulumeni.

verbplots, plotting, plotted

  • 1

    -akha uzungu
    -akha itulo
    -enza uzungu
    ‘Two Tunisians and a Danish national were arrested on suspicion that they plotted to kill the cartoonist’ Izakhamizi ezimbili zase-Tunisia kanye nesisodwa sase-Denmark zaboshwa ngezinsolo zokuthi zakha uzungu lokubulala umdwebi wemifanekiso ehlekisayo.