Translation of play in isiZulu

play

Verb

  1. Examples

    • Children should not sit inside playing video games all day long; they should be encouraged to play outside

      Izingane akufanele zihlale ngaphakathi zidlale imidlalo yamavidiyo usuku lonke, kufanele zigqugquzelwe ukuthi zidlale ngaphandle

  2. Examples

    • Presley Chweneyagae played the lead role in the Oscar-winning movie Tsotsi

      U-Presley Chweneyagae walingisa indima ephambili efilimini eyanqoba i-Oscar iTsotsi

  3. Examples

    • Our choir teacher can play the piano while standing up and speaking to us

      Uthisha wethu ukwazi ukushaya uphiyano emile futhi ekhuluma nathi

  4. Examples

    • We were playing the fool in the classroom when the principal suddenly walked in

      Sasikhohlisana ekilasini ngesikhathi kungena uthishanhloko kungazelele muntu

Noun (plural plays)

  1. Examples

    • The Maynardville open-air theatre puts on a Shakespeare play every summer

      Ishashalazi langaphandle lase-Maynardville lenza umdlalo ka-Shakespeare njalo ehlobo

Noun (plural plays)

  1. Examples

    • Play in the cricket match was suspended due to rain

      Ukudlala emdlalweni wekhilikithi kuye kwadingeka ukuthi kumiswe ngenxa yemvula

  2. Examples

    • Young lions use play to prepare for adult life

      Amabhubesi amancane asebenzisa umdlalo ukuzilungiselela impilo yobudala

Powered by Oxford