Translation of plan in isiZulu

plan

Noun (plural plans)

  1. Examples

    • The government announced a plan for affordable housing

      Uhulumeni umemezele uhlelo lwezindlu ezingabizi kakhulu

  2. Examples

    • The architect drew up a plan for the alteration of the outside storeroom into a studio

      Umdwebi wamapulani okwakha izakhiwo wadweba iqhinga lokuguqula indawo yokubeka izimpahla engaphandle ibe isitudiyo

Verb

  1. Examples

    • If you're writing a number of exam papers one after the other, you need to plan your studying carefully

      Uma ubhala amaphepha amaningi okuhlolwa elandelana, ufanele uhlele ukufunda kwakho ngokuqaphela

  2. Examples

    • Homeowners can't just build their houses haphazardly; the layout of neighbourhoods needs to be planned

      Abanikazi bezindlu ngeke basuke bakhe izindlu zabo nje noma kanjani, ukwakhiwa kwezindlu zendawo kufanele kwenziwe umlinganiso

Powered by Oxford