Translation of place in isiZulu

place

Noun (plural places)

  1. Examples

    • Don't walk there alone at night; it is a dangerous place

      Ungayi wedwa laphaya ebusuku, indawo eyingozi

    • I got distracted and lost my place on the page I was reading

      Ngiphazamisekile ngase ngilahlekelwa indawo yami ebengiyifunda ekhasini

    • Put the book back in its right place so that the next user can find it

      Phindisela incwadi endaweni yayo efanele ukuze umsebenzisi olandelayo akwazi ukuyithola

  2. Examples

    • There were 319 riders in the race and I felt quite proud of my 48th place

      Bekunabagibeli abangama 319 emjahweni futhi ngizizwe ngiziqhenya kakhulu ngendawo yami yama-48

Verb

  1. Examples

    • Place your application in the box at the reception desk

      Phonsa isicelo sakho ebhokisini elisendaweni yokwamukela izivakashi

  2. Examples

    • We placed an order with the caterers for ten plates of snacks

      Sifake i-oda kubaphakeli bamapuleti ayishumi okudla okulula

Powered by Oxford