Translation of pitch in isiZulu

pitch

Noun (plural pitches)

  1. Examples

    • The spectators ran onto the pitch to celebrate with the winning team

      Ababukeli bagijima bangena enkundleni ukuthokoza neqembu elaliwinile

  2. Examples

    • The microphone moved slowly past the players singing the national anthem before the match and we heard their passion – off-pitch and coarse

      Umbhobho wokukhuluma wadlula ngokunensa kubadlali ababecula iculo lesizwe ngaphambi kokuqala komdlalo futhi sayizwa intshisekelo yabo – bebhimba ngamazwi andondayo

  3. Examples

    • When Bongo Maffin stepped onto the stage, the crowd's excitement reached fever pitch

      Ngesikhathi i-Bongo Maffin ingena eshashalazini ukujabula kwezihlwele kwaba phezulu kakhulu

Verb

  1. Examples

    • We pitched our tents at the camp site next to the river

      Sigxumeke amatende ethu endaweni yekamu eduze komfula

Powered by Oxford