Translation of pack in isiZulu

pack

ipaki

nounPlural packs, Plural Packs

  • 1

    ipaki
    ipheki
    iqoqo
    iqembu
    ‘I brought along a pack of cards with which to amuse ourselves’ Ngize nepaki yamakhadi ukuze sizijabulise ngawo
  • 2

    umhlambi
    ‘The impala was brought down by a pack of wild dogs’ Impala ibulawe umhlambi wamankentshane
  • 3

    umshuqulu
    ‘The ore was hauled out of the pit in packs on the backs of miners’ Insimbi ehlangene namatshe ikhishwe emgodini ngemishuqulu emihlane yabavukuzi

verbpacked, packing, packs

  • 1

    -pakisha
    ‘Fikelephi was so infuriated that he packed his bags and stormed out’ UFikelephi ubedinwe kangangoba uphakishe isikhwama sakhe washaya isicabha wahamba
  • 2

    -gcwala
    ‘The pub was packed with supporters watching the game on the big-screen TV’ Indawo yokuphuza ibigcwele abalandeli bebuka umdlalo kubabonakude omkhulu