Translation of outline in isiZulu

outline

-gqamisa

verboutlines, outlining, outlined

  • 1

    -gqamisa
    ‘She outlined her eyes with eyeliner’ Wagqamisa amehlo akhe ngepeni lokudweba amehlo.
  • 2

    -veza
    ‘The minister outlined her new plans at a press conference’ Ungqongqoshe waveza amacebo akhe amasha engqungqutheleni yabezindaba.

nounPlural outlines

  • 1

    umfanekiso
    ‘Almost blind in both eyes, the old man could make out only the roughest outline of his son's face’ Icishe ingaboni kuwona womabili amehlo, ikhehla lalingabona kuphela umfanekiso omahholohholo wobuso bendodana yayo.
  • 2

    uhlaka
    ‘Please submit a 100-word outline of your proposed article’ Ngicela ulethe uhlaka lwendaba yakho oyihlongozayo olunamagama ayi-100.