Translation of on in isiZulu

on

Preposition

  1. Examples

    • Put it down on the floor

      Ibeke phansi emhlabathini

    • I stored the files on my computer

      Ngigcine amafayela ekhompyutheni yami

  2. Examples

    • Aids patients need to be on ARVs to control the disease

      Iziguli zengculaza kufanele zibe kumshanguzo ukulawula isifo

  3. Examples

    • Our year-end function is on Friday evening

      Umcimbi wethu wokuphetha unyaka ungoLwesihlanu ntambama

Adverb

  1. Examples

    • Make sure the lid is on to make the water boil more quickly

      Qiniseka ukuthi isidikiselo siphezu kwebhodwe ukuze amanzi asheshe abile

  2. Examples

    • There was some rain but the match is still on

      Bekunemvula kodwa umdlalo usazoba khona

  3. Examples

    • Leave your computer on when you go home so that updates can be installed

      Shiya ikhompyutha yakho ivulekile uma usuya ekhaya ukuze kufakwa izinhlelo ezintsha

Powered by Oxford