Translation of near in isiZulu

near

eduze

adverb

  • 1

    eduze
    -seduze
    ‘Peace was brought a step nearer when the agreement was signed’ Uxolo seluseduze emuva kwesivumelwano esisayiniwe.
  • 2

    cishe
    ‘The trousers were a near-perfect fit and I bought them immediately’ Amabhulukwe angilingane cishe kahle ngokwedlulele ngase ngiwathenga ngokushesha.

preposition

  • 1

    -seduze na-
    ‘Areas near the mountain get more rain’ Izindawo eziseduze nentaba zithola imvula eningi.

adjectivenearer, nearest

  • 1

    -seduze
    -seduzane
    ‘The nearest village was a day's walk away’ Idolobhana elaliseduze laliyibanga ongalihamba ngosuku.
    ‘The company will be relocating in the near future’ Inkampani izothutha iye kwenye indawo esikhathini esizayo esiseduzane.

verbnears, nearing, neared

  • 1

    -seduze
    ‘We are nearing the end of the year and many parties are being planned’ Sesiseduze kwasekupheleni konyaka ngakho kuhlelwa imicimbi eminingi.