Translation of mark in isiZulu

mark

isibazi

nounPlural marks

  • 1

    isibazi
    ‘Pruning the hedge left many marks on my forearms’ Ukunquma uthango kushiye izibazi eziningi emikhonweni yami.
  • 2

    isilinganiso
    ‘South Africa's population has passed the 47-million mark’ Inani labantu bonke baseNingizimu Afrika seledlule esilinganisweni sezigidi ezingama-47.
  • 3

    imaki
    ‘Your test marks will help you pass at the end of the year’ Amamaki esivivinyo sakho azokusiza ukuthi uphumelele ekupheleni konyaka.

verbmarks, marking, marked

  • 1

    -shaya uphawu
    -beka uphawu
    ‘My mother marks all my new school clothes with my name’ Umama wami ushaya uphawu lwegama lami kuzo zonke izingubo zami zokugqoka zesikole ezintsha.
  • 2

    -maka
    ‘At the end of the year teachers spend many hours marking exam papers’ Ekupheleni konyaka othisha bachitha amahora amaningi bemaka amaphepha esivivinyo.