Translation of keep in isiZulu

keep

-gcina

verbkeeps, keeping, kept

  • 1

    -gcina
    ‘I don't need it any more – you can keep it’ Angisayidingi – ungayigcina.
    ‘His son kept the card even after moving to Hawaii’ Indodana yakhe yaligcina ikhadi ngisho emuva kokuba sebethuthele e-Hawaii.
  • 2

    -qhubeka
    ‘If you keep studying hard, you will succeed’ Uma uqhubeka nokufunda kanzima, uzophumelela.
  • 3

    -phatha
    -na-
    ‘My grandfather kept a shop in the village’ Umkhulu wami wayenesitolo edolobhaneni.
  • 4

    -gcina
    ‘You should keep your promises, otherwise people will lose faith in you’ Kufanele ugcine izethembiso zakho, ngale kwalokho abantu bazogcina bengakwethembi.