There are 2 main translations of have in isiZulu

: have1have2

have1

Verb

  1. Examples

    • I have a brother in Durban

      Nginomfowethu eThekwini

    • Londi has a problem at home; she will not come to work today

      ULondi unenkinga ekhaya, ngeke eze emsebenzini namuhla

    • We had enough money left to spoil ourselves with a restaurant meal

      Besinemali eningi esele ukuthi sizijabulise ngokudla kwasesitolo esithengisa ukudla osekulungile

There are 2 main translations of have in isiZulu

: have1have2

have2

Verb

  1. Examples

    • I have seen her today but she has probably left by now

      Ngimbonile namuhla kepha kungenzeka ukuthi usehambile njengamanje

    • We were all relieved after we had finished writing exams

      Sake sakhululeka sonke emva kokuba sibhale izifundo zokuhlolwa

    • Having eaten supper, we cleared the table

      Sesidle isidlo sasebusuku, siye saqoqa etafuleni

Powered by Oxford