Translation of from in isiZulu

from

Preposition

  1. Examples

    • He is from Polokwane

      Uvela ePolokwane

    • We get water from the tap

      Sithola amanzi empompini

    • I received an email from my sister

      Ngibe ne-imeyili evela kudadewethu

  2. Examples

    • White sauce is made from flour, butter and milk

      Usoso omhlophe wenziwa ngofulawa, ngebhotela nangobisi

  3. Examples

    • He suffers from asthma

      Uphethwe yisifuba somoya

  4. Examples

    • I live about 10 km from town

      Ngihlala cishe amakhilomitha ayi-10 ukusuka edolobheni

    • We will be away from Friday morning to Monday evening

      Sizobe singekho ukusuka ngoLwesihlanu ekuseni ukufika ngoMsombuluko kusihlwa

Powered by Oxford