Ukuhunyushwa kweyodwa e IsiNgisi

yodwa

Pronoun

  1. Izibonelo

    • Imigankla ihlala yodwa ehlathini

      Kudus stay alone in the bush

  2. Izibonelo

    • Nginyakazise imilenze yodwa

      I moved my legs only

  3. Izibonelo

    • Kuyingozi ukuthi intombazane ihambe yodwa ebusuku

      It is dangerous for a girl to walk on her own at night

  4. Izibonelo

    • Sekusele i-Lamontville Golden Arrows yodwa eKZN kwi-PSL

      Only the Lamontville Golden Arrows remained in the PSL in KZN

Ixhaswe u-Oxford