Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-2 zokuthi yalo ku-isiZulu

: yalo1yalo2

yalo1

Pronoun

  1. Izibonelo

    • Uhulumeni kufanele aqikelele ukuthi ikhansela liyakwazi ukwenza imisebenzi yalo

      It is necessary that the government sees to it that the council knows how to fulfil its tasks

  2. Izibonelo

    • Kutholakale ukuthi izinyo ligudlukile endaweni yalo

      They discovered that the tooth had shifted from its place

  3. Izibonelo

    • Kusobala ukuthi noma usiba luluncane njena kepha imisebenzi yalo iyesabeka

      It is clear that even though the pen is a small thing, its works are frightening

  4. Izibonelo

    • Uthi sizimisele ukusebenzela ulimi lwethu silubone luthatha indawo yalo elufanele kuleli lizwe lethu

      He said that we are determined to work for our language and see to it that it takes its proper place in our country

Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-2 zokuthi yalo ku-isiZulu

: yalo1yalo2

yalo2

Adjective

  1. Izibonelo

    • Uthi okumcasulayo ukuthi unayo yonke imininingwane yalo muntu

      He says that what bothers him is that you have all the details of this person

  2. Izibonelo

    • Ibuze imibuzo ephathelene nempilo yalo mlingiswa encwadini

      Ask questions about the life of this character in the book

  3. Izibonelo

    • Imingenelo yalo mjaho izovalwa ngoMeyi zi-3

      Entries for the race will close on the third of May

  4. Izibonelo

    • ISolezwe linayo ikhophi yalo mbiko

      The newspaper Isolezwe has a copy of this report

Ixhaswe u-Oxford