Ukuhunyushwa kwe umlotha e IsiNgisi

umlotha

ashes

ibizo (class 3, ubuningi imilotha)

  • 1

    ashes
    ‘"Hamba uyowulahla phandle umlotha," kusho uMasovenyeza’ "Go and throw away the ashes outside," says Masovenyeza
  • 2

    useless person
    ‘Kulo mfana kwakusobala ngempela ukuthi ukhuni luzala umlotha. Abazali bakhe bengabantu abazihloniphayo’ In case of this boy, it is very clear that he is a useless child. His parents are respected people