Ukuhunyushwa kwe ukhalo e IsiNgisi

ukhalo

waist

ibizo (class 11, ubuningi izinkalo)

  • 1

    waist
    ‘Uzibophe ukhalo ngelikhulu ibhande’ He tied a large belt around his waist
  • 2

    ridge
    ‘Ugijime wanqamula ukhalo waye washona’ She ran, crossed the ridge, and eventually disappeared
  • 3

    way
    ‘Kubukeka luselude nokho ukhalo njengoba kulesi sifundazwe nje sisodwa, zingekho izinhlelo zokusiza abafuna ukuzibulala’ It is clear the way is still long, because in this province there are no programmes to help those who are suicidal
  • 4

    field
    area
    ‘Ngokwenza njalo i-PBS kazwelonke kufanele iqinisekise ukuthi izinhlelo zayo ezifundisayo zihamba ukhalo olubanzi lwezifundo kanye nemikhakha’ By doing so, the national PBS (Public Broadcasting Service) must ensure that its educational programmes cover a wide field of education