Ukuhunyushwa kwembo e IsiNgisi

mbo

Ideophone

  1. Izibonelo

    • Zamsibekela zathi mbo

      They covered her entirely

  2. Izibonelo

    • Phela izolo lapha bekuthe mbo abantu bezobukela imishado ebilinganiselwa ema-80 ebihlanganiswa ngesikhathi esisodwa

      Of course yesterday there were a lot of people watching the nearly 80 weddings taking place at the same time

  3. Izibonelo

    • Sekuvimbanise mbo umsindo kule nqola ahleli kuyo

      It has now become very noisy in the car in which he is sitting

Ixhaswe u-Oxford