Ukuhunyushwa kwelungu e IsiNgisi

lungu

Ideophone

  1. Izibonelo

    • Wathi lungu efasiteleni, wambona uZulumacansi esemi ebaleni kwabo

      When she peeped through the window, she saw Zulumacansi standing in their yard

  2. Izibonelo

    • Lathi lapho lithi lungu ikhwezi sabe sikudekude

      When the morning star appeared, we were very far away

Ixhaswe u-Oxford