Ukuhunyushwa kwekwazo e IsiNgisi

kwazo

Pronoun

  1. Izibonelo

    • Bhala encwadini yakho uhlaka olukhombisa izivumelwano zesiphawulo, ukhombise ukwehlukana kwazo ngezigaba zamabizo

      Write a column in your book that shows the adjectival concords and then show their difference in the various noun classes

  2. Izibonelo

    • Inkanyezi ezayibona kwelasempumalanga izazi yahamba phambi kwazo

      The star that they saw in the east moved before them. (Literally: ... in front of them.)

  3. Izibonelo

    • Sibone izinyoni zidla ukudla kwazo

      We saw birds eating their food

  4. Izibonelo

    • Lithe liphuma ilanga impi kaDingane yase izungeze izinqola zamaBhunu eNcome. Yayisiziphonsa phezu kwazo

      When the sun came out, the army of Dingane surrounded the wagons of the Boers at Blood River. They then threw themselves onto them. (Literally: ... on top of them.)

Ixhaswe u-Oxford