Ukuhunyushwa kwekwawo e IsiNgisi

kwawo

Pronoun

  1. Izibonelo

    • Uvuswe umoya nokuvunguza kwawo kakhulu

      She was woken by the loud blowing of the wind. (Literally: ... the wind and its loud blowing.)

  2. Izibonelo

    • Phezu kwawo wonke (lo msindo) uVika wayekuzwa ukukhala kwezangoma

      On top of all of it (this noise), Vika heard the screaming of the diviners

  3. Izibonelo

    • Amanzi aya emoyeni alahlekelwa ukushisa kwawo

      The water that goes up in the air loses its heat

  4. Izibonelo

    • Made lawo mabhilidi. Uma umuntu emi phezu kwawo, abantu abahamba emgwaqweni, babukeka belingana nezingane

      Those buildings are very high. If a person stands on top of them, the people who walk in the street look as if they are children

Ixhaswe u-Oxford