Ukuhunyushwa kwe ilunga e IsiNgisi

ilunga

member

ibizo (class 5, ubuningi amalunga)

  • 1

    (of an association, society, …) member
    ‘Bhala incwadi emema amalunga ukuba abekhona emhlanganweni othile’ Write a letter inviting members to attend a certain meeting
  • 2

    limb
    (of the body) organ
    ‘Amanzi avikela umzimba ukuthi ungomi, yiwo athwala ukudla okudingwa wumzimba kuye kuwo wonke amalunga omzimba’ Water protects the body against dehydration; it carries food needed by the body that goes to all the organs of the body
  • 3

    Linguistics
    syllable
    ‘Kuzo zonke lezi ziqu kuphindwa amalunga okuqala amabili kuphela: -phelephelekezela, -phenduphendula, -xakaxakazisa, …’ In all these stems, the first two syllables are repeated: "-phelephelekezela", "-phenduphendula", "-xakaxakazisa", …