Ukuhunyushwa kwe-thinta e IsiNgisi

-thinta

Verb

  1. Izibonelo

    • Uyise wabo akasize athinte ugogo wezingane ohlala kwa-V3958 eMlazi

      Their father must please assist by getting in touch with the children's grandmother, who stays at number V3958 in Umlazi

  2. Izibonelo

    • "Kahleni bafana bami," kukhuluma ubhuti uMusa ethinta isikhwama sakhe sebhulukwe

      "Steady my boys," says brother Musa, while touching the pocket of his trousers

  3. Izibonelo

    • Nikeza iziphicaphicwano ezinhlanu ezithinta izitho zomzimba

      Recite five riddles that involve body parts; Give five riddles concerning body parts

  4. Izibonelo

    • Baphathwa yizifo ezithinta inhliziyo

      They suffer from illnesses that affect the heart

Ixhaswe u-Oxford