Ukuhunyushwa kwe-phatha e IsiNgisi

-phatha

Verb

  1. Izibonelo

    • Yimina engiphatha izihluthulelo namabhuku ezimali

      It is I who handle the keys and the cheque books

  2. Izibonelo

    • Bangiphatha kahle ngesikhathi ngibavakashele

      They treated me well when I visited them

  3. Izibonelo

    • Nangu umuntu ophatha lesi sikwata

      Here is the person who is in charge of this labour gang

  4. Izibonelo

    • Kodwa kakukho ncwadi yesiZulu ephethe inkambo kaShaka

      There is no isiZulu book that contains the customs of Shaka

  5. Izibonelo

    • Ushukela uphatha abadala nabancane

      Sugar affects both young and old

Ixhaswe u-Oxford