Ukuhunyushwa kwe-linganisa e IsiNgisi

-linganisa

Verb

  1. Izibonelo

    • Leli qembu lasePitoli labuya, lashaya igoli lokulinganisa umdlalo usuyophela

      The Pretoria team came back and scored an equalizing goal when the game was about to finish

  2. Izibonelo

    • Ngifuna ukulinganisa le ngubo ukhona

      I want to try on this dress in your presence

  3. Izibonelo

    • Ungalinganisi amahhabhula namawolintshi. Yizinto ezehlukene

      You must not compare apples and oranges. They are different things

  4. Izibonelo

    • Laba balinganisi bezindawo bayakwazi ukulinganisa izindawo ezingakathengiswa

      These surveyors know how to survey the places that have not yet been sold

  5. Izibonelo

    • Wayesho elinganisa lokho uSigabe ayekwenza

      He said so while gesturing what Sigabe has done

Ixhaswe u-Oxford