Ukuhunyushwa kwe-boshelwa e IsiNgisi

-boshelwa

Verb

  1. Izibonelo

    • Kuthiwa umsolwa uboshelwe ukunikeza amaphoyisa ulwazi okungelona

      It is said that the suspect was arrested for supplying the police with false information

  2. Izibonelo

    • Uboshelwe phansi ubhekiswe phezulu

      You will be tied to the floor, facing up

  3. Izibonelo

    • Kuboshelwe imidlalo yeshashalazi emibili e-Playhouse eThekwini

      Two stage plays have been lined up at the Playhouse in Durban

Ixhaswe u-Oxford