Ukuhunyushwa kwewrong e isiZulu

wrong

Adjective

  1. Izibonelo

    • The answers are all wrong

      Izimpendulo zonke azilungile

    • I think we're on the wrong road and we're lost!

      Ngicabanga ukuthi sisemgwaqeni ongafanele ngakho silahlekile!

    • It is wrong to cheat in a test

      Akulungile ukukopela esivivinyweni

  2. Izibonelo

    • There is something wrong with my phone, because I can't hear you very well

      Kukhona okungalungile ngocingo lwami, ngoba angikuzwa kahle

Ixhaswe u-Oxford