Ukuhunyushwa kwewith e isiZulu

with

Preposition

  1. Izibonelo

    • Malaika-Louise went with her friends to the movies

      UMalaika-Louise uhambe nabangane bakhe baya efilimini

  2. Izibonelo

    • HIV is best treated with antiretrovirals

      I-HIV ingelapheka kangcono ngamakhambi adambisa igciwane

  3. Izibonelo

    • The people wept and danced with joy when Obama won the election

      Abantu bakhala badansa yinjabulo ngesikhathi u-Obama enqoba okhethweni

  4. Izibonelo

    • I agree with you as far as that is concerned

      Ngiyavumelana nawe mayelana nalokho

  5. Izibonelo

    • I bank with ABSA

      Ngibhenka e-ABSA

  6. Izibonelo

    • If you're sick with flu, stay in bed

      Uma uphethwe umkhuhlane, lala

Ixhaswe u-Oxford