Ukuhunyushwa kwe watch e isiZulu

watch

-buka

isenzowatches, watching, watched

  • 1

    -buka
    ‘Let's go to town to watch a movie’ Asihambe siye edolobheni siyobuka ifilimu.
  • 2

    -bheka
    -qaphela
    ‘Watch out for broken glass when you're cycling’ Bheka izingilazi eziphihlikile uma uhamba ngebhayisikili.

Usage

Don't confuse 'watch' and 'clock'. You wear a 'watch' on your arm but a clock stands on a table or hangs on the wall.

ibizoPlural watches

  • 1

    iwashi
    ‘I can't tell the time because my watch has stopped’ Angikwazi ukusho isikhathi ngoba iwashi lami selimile.
  • 2

    ukuqapha
    ‘The president's bodyguards were keeping a close watch on the crowd’ Onogada bakamongameli bebeqaphe isixuku ngeso lokhozi.

Usage

Don't confuse 'watch' and 'clock'. You wear a 'watch' on your arm but a clock stands on a table or hangs on the wall.


Okushiwo Umsebenzisi

watch

iwashi