Ukuhunyushwa kwe value e isiZulu

value

inani

ibizoPlural values

  • 1

    inani
    imali
    ‘A new car loses value very rapidly’ Imoto entsha yehlelwa inani ngokushesha
  • 2

    isimiso
    ‘We should all respect the values enshrined in our Constitution’ Kufanele sonke sihloniphe izimiso ezibekwe kuMthethosisekelo wethu
  • 3

    Mathematics
    ubungako
    ‘Find the value of x’ Thola ubungako buka-x

isenzovalued, values, valuing

  • 1

    -hlonza inani
    ‘The municipality has valued all property in the city to determine the rates homeowners must pay’ Umasipala uhlonze inani lazo zonke izindawo zokuhlala edolobheni ukuthola ukuthi malini ekhokhwa abaninimizi
  • 2

    -azisa
    ‘I value your friendship’ Ngiyabazisa ubungane bakho