Ukuhunyushwa kwe trade e isiZulu

trade

uhwebo

ibizoPlural trades

  • 1

    uhwebo
    ‘The illegal trade in abalone is driving the shellfish to extinction’ Uhwebo olungekho emthethweni lwe-abalone luqeda izimbaza ziphele nya
  • 2

    umsebenzi
    ‘Mr Mitchell is a carpenter by trade’ UMnu. Mitchell ungumbazi wamapulangwe ngokomsebenzi

isenzotrading, trades, traded

  • 1

    -thengiselana
    ‘We traded stickers and now I have the full set’ Sathengiselana ngezitikha kanti manje senginesethi eligcwele
  • 2

    -thengisa
    ‘There are a lot of shops along Main Road that trade in used furniture’ Ziningi izitolo eziku-Main Road ezithengisa ifenisha ebisisetshenzisiwe