Ukuhunyushwa kwe tone e isiZulu

tone

isimo

ibizoPlural tones

  • 1

    isimo
    ‘Use a firm tone of voice when giving your dog a command’ Sebenzisa isimo sephimbo esiqinile uma ulayeza inja yakho.
  • 2

    uhlobo
    ‘I think we should paint the walls a lighter tone of blue’ Ngicabanga ukuthi kufanele sipende udonga ngesimo sombala osasibhakabhaka ngokukhanyayo.
  • 3

    iphimbo
    ‘In some languages changing the tone of a syllable can change the meaning of the word’ Kwezinye izilimi ukushintsha iphimbo lelunga legama kungaguqula incazelo yegama.

isenzotones, toning, toned

  • 1

    -ehlisa
    ‘You should tone down your criticism otherwise people will just be offended and not take you seriously’ Kufanele wehlise indlela ogxeka ngayo ngale kwalokho abantu bazonengeka bese bengabe besakunaka.