Ukuhunyushwa kwe together e isiZulu

together

ndawonye

isandiso

  • 1

    ndawonye
    ‘They stood in the lift together without saying anything’ Bavele bama eliftini ndawonye ngaphandle kokukhulumisana.
  • 2

    kanyekanye
    ‘If everyone speaks together, I can't understand a word’ Uma wonke umuntu ekhuluma kanyekanye, angizwa lutho.