Ukuhunyushwa kwe test e isiZulu

test

isivivinyo

ibizoPlural tests

  • 1

    isivivinyo
    ukuhlolwa
    ‘He spent the night studying for the test he was to write the next day at school’ Uchithe ubusuku bonke efundela isivivinyo abezosibhala ngelanga elilandelayo esikoleni.
    ‘If you're struggling to see distant or close objects, you need to go for an eye test’ Uma uzabalaza ukubona izinto ezikude noma eziseduzane, kufanele uhambe uyohlola amehlo.

isenzotests, testing, tested

  • 1

    -hlola
    ‘The exam will test both your knowledge and your ability to write’ Isivivinyo sokuphela konyaka sizohlola ulwazi lwakho nokwazi ukubhala kwakho.
    ‘The athlete tested positive for banned drugs’ Umsubathi uhlolwe kwatholakala ukuthi usebenzise izidakamizwa ezingavumelekile.