Ukuhunyushwa kwe talk e isiZulu

talk

-khuluma

isenzotalked, talks, talking

  • 1

    -khuluma
    -xoxa
    ‘Are you listening when I talk to you?’ Uyalalela kodwa uma ngikhuluma nawe?
    ‘Those guys can sit around the whole day talking about cars and bikes’ Lawo madoda angahlala usuku lonke exoxa ngezimoto nangezithuthuthu

ibizoPlural talks

  • 1

    inkulumo
    ingxoxo
    ukukhuluma
    ‘We went to a talk on starting a vegetable garden’ Siye saya enkulumweni yokuqala ingadi yezilimo nemifino
  • 2

    inkulumo
    ingxoxo
    ‘Peace talks between Israel and the Palestinians have collapsed’ Izingxoxo zokuthula phakathi kwe-Israyeli namaPhalestina azisaqhubeki zafadalala